ukulungiswa kwezinto emfuleni local municipality ezivuzayo
TRANSCRIPT
WRP_ Projects_P0303_Graphics_ Zulu Brochure 3.cdr Last updated: 25 May 2012
ENDLINI YANGASESE
Qiniseka ukuthi amawasher emathoyilethi
akho ayasebenza
Sebenzisa isighubhu sikaplastiki ukuze
wonge amanzi uma ushaya ithoyilethi
Hlala udamane ubheka ukuthi akukho
okuvuzayo emathoyilethi. Ungafaka udhayi
wokudla kwicistern yakho. Uma lodhayi uvela
phakathi ethoyilethi lakho lesikhathi ulishaya,
kusho ukuthi liyavuza.
Gwema ukusebenzi sa i thoyi leth i
njengomgqhomo lapho ugwayi namaphepha
elahlwa khona. Loku kumosha amanzi.
Kubalekele ukusebenzisa iphephandaba
esikhundleni se phepha langasese ngoba loku
kwenza ukuthi ithoyilethi lingashayeki kahle kuze
kudingeke ukuthi lishaywe ngokuphindiwe. Loku
kumosha amanzi.
Masilungise izinto ezivuzayo ezindlini
zethu.
Ukubika amapayipi avuzayo:
Emfuleni Local Municipality
Call Center: (016) 986 8361/68/75
YONGA AMANZI UBUYISELE OKUHLE
EMPHAKATHINI WAKHO!
UKUMOSHA AMANZI UKUMOSHA
IMPILO.
EMFULENILOCAL MUNICIPALITY
A MiyaGroup Company
Produced by:
in association with
WRP (Pty) LtdTel: (012) 346-3496
Ukulungiswa kwezinto
ezivuzayo emakhaya
Ukulungiswa kwezinto
ezivuzayo emakhaya
UKULUNGISWA KWEZINTO
EZIVUZAYO EMAKHAYA
Ukulungisa izinto ezivuzayo emakhaya
kungasiza ekunciphiseni ukumosheka
kwamanzi ukuze kube nesiqiniseko
sokuthi wonke umuntu lapha emzansi
Africa uyawathola. Kungebukeka
sengathi kusemqoka, kodwa uma
omunye nomunye enza okuncane ukuze
amanzi ongeke; loku kungahamba
indawo ende.
UKUSHINTSHWA KWE WASHER
YOMPOMPI
Vala amanzi kwi stop cock uqiniseke
ukuthi awekho amanzi aphumayo.
Susa i hot/cold indicator uma ikhona
Susa isicrew sangaphezulu (1, 2)
Susa ikhanda lompompi (3)
Susa ikhava yompompi uma i khona
Susa ispindle assembly (4)
Susa isicrew se washer (8)
Khipha iwasher endala ufake entsha (7)
Buyisela isicrew se washer (8)
Buyisela ikhanda lompomi kanye
nekhava (3, 2, 1)
Vula istop cock
Vula umpompi uqiniseke ukuthi
awusavuzi
Hot/Cold Indicator (1)
Screw (2)
Top of Tap (3)
Spindle assembly (4)
Fibre washer (5)
Jumper (6)Washer (7)Nut (8)